Sûrah Al-Ankabût [45]

اتْلُ مَا أُوحِيَ إِلَيْكَ مِنَ الْكِتَابِ وَأَقِمِ الصَّلَاةَ إِنَّ الصَّلَاةَ تَنْهَى عَنِ الْفَحْشَاءِ وَالْمُنْكَرِ وَلَذِكْرُ اللَّهِ أَكْبَرُ وَاللَّهُ يَعْلَمُ مَا تَصْنَعُونَ (العنكبوت ٤٥)

Funda lokho okwembulwa kuwena okusencwadini futhi wenze umthandazo, ngempela umthandazo wenqabela ezonweni nasezenzweni ezimbi futhi ngempela inkumbulo kaMvelinqangi yinkulu kakhulu, futhi uMvelinqangi uyakwazi lokho enikwenzayo. Sûrah Al-Ankabût [45]