Isibophezelo somushado
Izihloko (1)

﴿ وَلْيَسْتَعْفِفِ الَّذِينَ لَا يَجِدُونَ نِكَاحًا حَتَّى يُغْنِيَهُمُ اللَّهُ مِنْ فَضْلِهِ وَالَّذِينَ يَبْتَغُونَ الْكِتَابَ مِمَّا مَلَكَتْ أَيْمَانُكُمْ فَكَاتِبُوهُمْ إِنْ عَلِمْتُمْ فِيهِمْ خَيْرًا وَآتُوهُمْ مِنْ مَالِ اللَّهِ الَّذِي آتَاكُمْ وَلَا تُكْرِهُوا فَتَيَاتِكُمْ عَلَى الْبِغَاءِ إِنْ أَرَدْنَ تَحَصُّنًا لِتَبْتَغُوا عَرَضَ الْحَيَاةِ الدُّنْيَا وَمَنْ يُكْرِهْهُنَّ فَإِنَّ اللَّهَ مِنْ بَعْدِ إِكْرَاهِهِنَّ غَفُورٌ رَحِيمٌ 33Iisahluko النور


"Futhi labo abangazitholi izindlela zokushada mabazigcine bemsulwa kuze kube uMvelinqangi uyabanothisa ngomusa wakhe futhi labo phakathi kwalabo abasezandleni zenu zangakwezokudla (izigqila) uma zifuna umbhalo (wokukhululeka kwazo) zibhaleleni futhi uma nibubona ubuhle kuzona zipheni engcebweni okuyiyona uMvelinqangi anipha kuyona futhi ningaziphoqeleli izigqila zenu ezingamantombazane ebufebeni, uma zifisa ukuhlala zimsulwa ukuze zizuze izinto zempilo yalomhlaba futhi noma ngabe ngubani oziphoqelelayo izigqila eziyisifazane ngakho- ke ngempela uMvelinqangi emva kokuphoqelelwa kwazo izigqila zabesifazane uyathethelela unesihawu." Sûrah 24: An-Nûr - uKukhanya

Ukufundwa kwalesisahluko