Inyanga ye-Ramadan (24)

Ezinyangeni zonyaka i-Ramadan ingcono kunazozonke izinyanga zonyaka, kanti eyinsukwini ze-ramadaan, ezokugcina ezilishumu zigcono kunazozonkez insuku nobusuku bakhona kwi-ramadaan . Okukhulu kunakho konke kuvunyelwana ngazwi linye ngokuthi iLaylat al-Qadr, njengoba iwubusuku obunothile kakhulu ezinsukwini eziyishumi nakubobonke ubusuku obukhona phecelezi .