Izinkambiso ku-Islam_1

I-Islam ilusiko mpilo olubanzi; ibandakanya ukholo, ukuhlelwa kokuphila komuntu, nosiko. Abantu abangama-Muslim banqunyelwe ukuthi baphile ngaloluhlelo. Kwi-Quran nasezenzweni zesithunjwa(uMuhamad ukuthula kube kuye), kuthulwe imithetho eyanele, bese  nezincwadi zefiqh zethule ngokugxila kulolu daba.