U-Allah Wenze ukuthi okusemhlabeni kutholakale ukuze abantu bazuze emithonjeni yawo, bathathe abakudingayo, futhi bazuze abanye. Umuntu uyobekwa icala ngezenzo zakhe phambi kukaAllah, ngakho kumele alwele ukuphelelisa umsebenzi wakhe futhi awenze ngobuqotho.