Izintshumayelo zikamprofethi ezihloniphekile
IsiThunywa sika Nkulunkulu, sengathi imikhuleko ka Nkulunkulu nokuthula makube phezu kwakhe, sathi: (Indoda enamandla akuyena umuntu obambanayo, kodwa onamandla yilowo ozibambayo lapho ethukuthele)
Ilandiswa ngu-Al-Bukhari kanye noMuslim.