(إِنَّ اللَّهَ يُدخِلُ الَّذينَ آمَنوا وَعَمِلُوا الصّالِحاتِ جَنّاتٍ تَجري مِن تَحتِهَا الأَنهارُ يُحَلَّونَ فيها مِن أَساوِرَ مِن ذَهَبٍ وَلُؤلُؤًا وَلِباسُهُم فيها حَريرٌ) [#سورة_الحج: ٢٣]
-“Ngempela uMvelinqangi uyongenisa labo abakholwayo futhi abenza izenzo ezinhle ezilungileyo ezivandeni okugeleza ngaphansi kwazo imifula, lapho phakathi bayohlotshiswa ngezigqizo zegolide nobuhlalu futhi izembatho zabo lapho phakathi kuyoba ngezikasilika. Sûrah Al- Hajj [23]