سورة الفاتحة - Sûrah 1: Al-Fâtiha

1. بِسْمِ اللَّهِ الرَّحْمَنِ الرَّحِيمِ


Udumo malube kuAllah umdali nomondli wemihlaba.

2. الْحَمْدُ لِلَّهِ رَبِّ الْعَالَمِينَ


Onomusa onesihawu.

3. الرَّحْمَنِ الرَّحِيمِ


Umbusi welanga lokwahlulelwa.

4. مَالِكِ يَوْمِ الدِّينِ


Uwena (kuphela) esimkhonzayo futhi uwena kuphela esicela kuwe usizo. `

5. إِيَّاكَ نَعْبُدُ وَإِيَّاكَ نَسْتَعِينُ


Siholele endleleni eqondile.

6. اهْدِنَا الصِّرَاطَ الْمُسْتَقِيمَ


Indlela yalabo obaphe umusa.

7. صِرَاطَ الَّذِينَ أَنْعَمْتَ عَلَيْهِمْ غَيْرِ الْمَغْضُوبِ عَلَيْهِمْ وَلَا الضَّالِّينَ


Hhayi (indlela) yalabo okwehliselwe ulaka phezulu kwabo nalabo abedukayo.