سورة القارعة - Sûrah 101: Al-‘Kâriyah - ukushaya

1. الْقَارِعَةُ


Ukushaya (kwehora).

2. مَا الْقَارِعَةُ


Yini ukushaya?

3. وَمَا أَدْرَاكَ مَا الْقَارِعَةُ


Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ukushaya (kwehora).

4. يَوْمَ يَكُونُ النَّاسُ كَالْفَرَاشِ الْمَبْثُوثِ


Usuku lapho abantu beyobe benjengezimvemvane ezisakaziwe.

5. وَتَكُونُ الْجِبَالُ كَالْعِهْنِ الْمَنْفُوشِ


Futhi izintaba ziyoba sengathi uvolo oyimpafumpafu (ziyobhidlika ziqonde).

6. فَأَمَّا مَنْ ثَقُلَتْ مَوَازِينُهُ


Mayelana nalowo isisindo(sezenzo) zakhe (ezinhle) ziyosinda.

7. فَهُوَ فِي عِيشَةٍ رَاضِيَةٍ


Manjalo yena iyongena empilweni ethokozisayo.

8. وَأَمَّا مَنْ خَفَّتْ مَوَازِينُهُ


Futhi mayelana nalowo izikalo (zezenzo) zakhe (ezinhle) ziyobalula.

9. فَأُمُّهُ هَاوِيَةٌ


Manjalo indawo yakhe yokuhlala umgodi wesihogo.

10. وَمَا أَدْرَاكَ مَا هِيَهْ


Futhi yini ekwenza wazi ukuthi kuyini lokho?

11. نَارٌ حَامِيَةٌ


Umlilo ovutha kakhulu.