سورة التكاثر - Sûrah 102: At-Takâthur - ukuqoqela ndawonye
1. أَلْهَاكُمُ التَّكَاثُرُ
Ukuqoqela ndawonye (umnotho) kunenza niphambuke.
2. حَتَّى زُرْتُمُ الْمَقَابِرَ
Kuze kube nivakashela emangcwabeni.
3. كَلَّا سَوْفَ تَعْلَمُونَ
Cha! Niyokwazi.
4. ثُمَّ كَلَّا سَوْفَ تَعْلَمُونَ
Futhi cha! Niyokwazi.
5. كَلَّا لَوْ تَعْلَمُونَ عِلْمَ الْيَقِينِ
Cha! Ukube benazi ngolwazi oluqinisekile.
6. لَتَرَوُنَّ الْجَحِيمَ
Ngempela nizosibona isihogo.
7. ثُمَّ لَتَرَوُنَّهَا عَيْنَ الْيَقِينِ
Bese ngempela niyasibona ngamehlo okuqiniseka.
8. ثُمَّ لَتُسْأَلُنَّ يَوْمَئِذٍ عَنِ النَّعِيمِ
Bese ngempela ngalolosuku niyabuzwa ngentokozo