سورة العصر - Sûrah 103: Al-‘Asr - Isikhathi

1. وَالْعَصْرِ


Ngifunga ngesikhathi.

2. إِنَّ الْإِنْسَانَ لَفِي خُسْرٍ


Ngempela umuntu usekudukeni (usekulahlekeni).

3. إِلَّا الَّذِينَ آمَنُوا وَعَمِلُوا الصَّالِحَاتِ وَتَوَاصَوْا بِالْحَقِّ وَتَوَاصَوْا بِالصَّبْرِ


Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezinhle ezilungileyo futhi abayalana ngeqiniso futhi abayalana ngokubekezela.