سورة الفيل - Sûrah 105: Al-Fîl - Indlovu

1. أَلَمْ تَرَ كَيْفَ فَعَلَ رَبُّكَ بِأَصْحَابِ الْفِيلِ


Awuzange ubone yini ukuthi iNkosi yakho yabenza kanjani abanikazi bezindlovu?

2. أَلَمْ يَجْعَلْ كَيْدَهُمْ فِي تَضْلِيلٍ


Ayizange yini idunge icebo labo na?

3. وَأَرْسَلَ عَلَيْهِمْ طَيْرًا أَبَابِيلَ


Futhi (iNkosi yakho) yathumela phezu kwabo iqulu lezinyoni.

4. تَرْمِيهِمْ بِحِجَارَةٍ مِنْ سِجِّيلٍ


Zibajikijela ngamatshe obumba oluqinile.

5. فَجَعَلَهُمْ كَعَصْفٍ مَأْكُولٍ


Ngakho-ke yabenza kwaba sengathi bawutshani obudliwe (yimfuyo).