سورة قريش - Sûrah 106: Al-‘Kuraysh - Isizwe samaqureysh
1. لِإِيلَافِ قُرَيْشٍ
Ukuvikeleka (kwesizwe) samaQuraysh.
2. إِيلَافِهِمْ رِحْلَةَ الشِّتَاءِ وَالصَّيْفِ
Ukuvikeleka kwabo ohambweni (lwabo) lwasebusika nasehlobo.
3. فَلْيَعْبُدُوا رَبَّ هَذَا الْبَيْتِ
Ngakho-ke abakhonze iNkosi yalendlu.
4. الَّذِي أَطْعَمَهُمْ مِنْ جُوعٍ وَآمَنَهُمْ مِنْ خَوْفٍ
Ekuyiyona eyabanika ukudla (eyabondla) futhi yabaphephisa ekusabeni.