سورة الماعون - Sûrah 107: Al-Ma‘ûn - Isidingo

1. أَرَأَيْتَ الَّذِي يُكَذِّبُ بِالدِّينِ


Ngakube uyambona yini lowo ophika inkolo?

2. فَذَلِكَ الَّذِي يَدُعُّ الْيَتِيمَ


Lowo uyilowo ochiliza intandane.

3. وَلَا يَحُضُّ عَلَى طَعَامِ الْمِسْكِينِ


Futhi ongakukhuthazi ukondliwa kwabampofu.

4. فَوَيْلٌ لِلْمُصَلِّينَ


Yeka usizi kulabo abathandazayo.

5. الَّذِينَ هُمْ عَنْ صَلَاتِهِمْ سَاهُونَ


Labo, bona abangawunaki umthandazo wabo.

6. الَّذِينَ هُمْ يُرَاءُونَ


Labo, bona ababukisayo (ngezenzo zabo).

7. وَيَمْنَعُونَ الْمَاعُونَ


Futhi abagodla usizo (nesidingo).