سورة الكوثر - Sûrah 108: Al-Kawthar - inala

1. إِنَّا أَعْطَيْنَاكَ الْكَوْثَرَ


Ngempela sakunika inala.

2. فَصَلِّ لِرَبِّكَ وَانْحَرْ


Ngakho-ke thandaza eNkosini yakho futhi unikele ngokuhlaba isilwane.

3. إِنَّ شَانِئَكَ هُوَ الْأَبْتَرُ


Ngempela isitha sakho, sona siyanqanyulwa (valwa inzalo).