سورة الكافرون - Sûrah 109: Al-Kâfirûn - aBangakholwa
1. قُلْ يَا أَيُّهَا الْكَافِرُونَ
Yithi oh nina eningakholwayo!
2. لَا أَعْبُدُ مَا تَعْبُدُونَ
Angikukhonzi lokho enikukhonzayo.
3. وَلَا أَنْتُمْ عَابِدُونَ مَا أَعْبُدُ
Futhi nani anikukhonzi lokho engikhonzayo.
4. وَلَا أَنَا عَابِدٌ مَا عَبَدْتُمْ
Futhi nami angisoze ngakhonza lokho enikukhonzayo.
5. وَلَا أَنْتُمْ عَابِدُونَ مَا أَعْبُدُ
Futhi nani anisoze nakukhonza lokho engikukhonzayo.
6. لَكُمْ دِينُكُمْ وَلِيَ دِينِ
Okwenu yinkolo yenu, nokwami yinkolo yami.