سورة النصر - Sûrah 110: An-Nasr - uSizo

1. إِذَا جَاءَ نَصْرُ اللَّهِ وَالْفَتْحُ


Uma kufika usizo lukaMvelinqangi nokunqoba.

2. وَرَأَيْتَ النَّاسَ يَدْخُلُونَ فِي دِينِ اللَّهِ أَفْوَاجًا


Futhi ubona abantu bengena enkolweni kaMvelinqangi ngobuningi.

3. فَسَبِّحْ بِحَمْدِ رَبِّكَ وَاسْتَغْفِرْهُ إِنَّهُ كَانَ تَوَّابًا


Ngakho-ke ngcwelisa udumo lweNkosi yakho futhi ucele intethelelo kuyona, ngempela yona ngasosonke isikhathi iyakwamukela ukuzisola (kwenceku yayo).