سورة المسد - Sûrah 111: Lahab - ilangabi

1. تَبَّتْ يَدَا أَبِي لَهَبٍ وَتَبَّ


Imisebenzi yezandla zika Abu Lahab iyobhujiswa kanye naye.

2. مَا أَغْنَى عَنْهُ مَالُهُ وَمَا كَسَبَ


Umnotho wakhe ngeke umsize (ngalutho) kanye nalokho akuzuza izingane zakhe.

3. سَيَصْلَى نَارًا ذَاتَ لَهَبٍ


Uyongena emlilweni onamalangabi.

4. وَامْرَأَتُهُ حَمَّالَةَ الْحَطَبِ


Kanye nonkosikazi wakhe umthwali wezinkuni zokubasa.

5. فِي جِيدِهَا حَبْلٌ مِنْ مَسَدٍ


Entanyeni yakhe kunentambo ewumqhele womlilo.