سورة الإخلاص - Sûrah 112: Al-Ikhlâs - uBumsulwa
1. قُلْ هُوَ اللَّهُ أَحَدٌ
Yithi yena unguMvelinqangi oyedwa.
2. اللَّهُ الصَّمَدُ
UMvelinqangi umi ingunaphakade.
3. لَمْ يَلِدْ وَلَمْ يُولَدْ
Akazali futhi akazalanga.
4. وَلَمْ يَكُنْ لَهُ كُفُوًا أَحَدٌ
Futhi akekho noyedwa ofana naye.