سورة الفلق - Sûrah 113: Al-Fala‘k - ukusa
1. قُلْ أَعُوذُ بِرَبِّ الْفَلَقِ
Yithi, “ngicela isiphephelo eNkosini yokusa”.
2. مِنْ شَرِّ مَا خَلَقَ
Ebubini balokho (iNkosi) eyakudala.
3. وَمِنْ شَرِّ غَاسِقٍ إِذَا وَقَبَ
Kanye nasebubini bobumnyama ngenkathi bufika (kuqala ukubamnyama).
4. وَمِنْ شَرِّ النَّفَّاثَاتِ فِي الْعُقَدِ
Kanye nasebubini (balabo) abaphephetha emafindweni (abenza imilingo).
5. وَمِنْ شَرِّ حَاسِدٍ إِذَا حَسَدَ
Kanye nasebubini bonomhawu uma esenomhawu.