سورة الناس - Sûrah 114: An-Nâs - Isintu
1. قُلْ أَعُوذُ بِرَبِّ النَّاسِ
Yithi, “ngicela isiphephelo ngeNkosi yabantu”.
2. مَلِكِ النَّاسِ
INkosi yesintu.
3. إِلَهِ النَّاسِ
UNkulunkulu wesintu.
4. مِنْ شَرِّ الْوَسْوَاسِ الْخَنَّاسِ
Ebubini bomnyenyezi (usathane) uma esehlehlela emumva.
5. الَّذِي يُوَسْوِسُ فِي صُدُورِ النَّاسِ
Lowo onyenyeza ezifubeni zabantu.
6. مِنَ الْجِنَّةِ وَالنَّاسِ
Phakathi kwama-jinn nabantu.