سورة التكوير - Sûrah 81: At-Takwîr - ukugoqa (ukusonga)
21. مُطَاعٍ ثَمَّ أَمِينٍ
Usihloniphekile futhi uthembekile (uMuhammad).
22. وَمَا صَاحِبُكُمْ بِمَجْنُونٍ
Futhi umngane wenu akahlanyi.
23. وَلَقَدْ رَآهُ بِالْأُفُقِ الْمُبِينِ
Futhi ngempela wambona (uGabriyeli) esemkhathini ocacile.
24. وَمَا هُوَ عَلَى الْغَيْبِ بِضَنِينٍ
Futhi yena akancishani (nolwazi) lokungabonwa.
25. وَمَا هُوَ بِقَوْلِ شَيْطَانٍ رَجِيمٍ
Futhi yona (iQur’an) ayisiyona inkulumo kasathane ogxoshiwe (ezulwini).
26. فَأَيْنَ تَذْهَبُونَ
Niyaphi ke?
27. إِنْ هُوَ إِلَّا ذِكْرٌ لِلْعَالَمِينَ
Lokhu akuyilutho ngaphandle kwesikhumbuzo semihlaba (sabantu namajinn).
28. لِمَنْ شَاءَ مِنْكُمْ أَنْ يَسْتَقِيمَ
Kunoma ngabe ngubani phakathi kwenu othanda ukuqonda.
29. وَمَا تَشَاءُونَ إِلَّا أَنْ يَشَاءَ اللَّهُ رَبُّ الْعَالَمِينَ
Futhi anithandi ngaphandle kokuba kuthanda uMvelinqangi iNkosi yemihlaba (abantu namajinn).