سورة الإنشقاق - Sûrah 84: Al-Inshi‘kâ‘k - ukuqhekeka phakathi
21. وَإِذَا قُرِئَ عَلَيْهِمُ الْقُرْآنُ لَا يَسْجُدُونَ
Futhi uma befundelwa iQur’an abajabalali (abakhothami kuMvelinqangi).
22. بَلِ الَّذِينَ كَفَرُوا يُكَذِّبُونَ
Kepha labo abangakholwanga bayaphika.
23. وَاللَّهُ أَعْلَمُ بِمَا يُوعُونَ
Futhi uMvelinqangi wazi kakhulu ngalokho abakugcina ngaphakathi kubona.
24. فَبَشِّرْهُمْ بِعَذَابٍ أَلِيمٍ
Ngakho-ke batshele ngesijeziso esibuhlungu.
25. إِلَّا الَّذِينَ آمَنُوا وَعَمِلُوا الصَّالِحَاتِ لَهُمْ أَجْرٌ غَيْرُ مَمْنُونٍ
Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo okwabo ngumvuzo ongasoze wanqamuka.