سورة الغاشية -  Sûrah 88: Al-Grhâshiyah - Isehlakalo esehlulayo

21. فَذَكِّرْ إِنَّمَا أَنْتَ مُذَكِّرٌ


Ngakho-ke khumbuza, kuphela wena ungumkhumbuzi.

22. لَسْتَ عَلَيْهِمْ بِمُصَيْطِرٍ


Awusiyena umphoqi kubona ukuthi bakholwe.

23. إِلَّا مَنْ تَوَلَّى وَكَفَرَ


Ngaphandle kwalowo ofulathelayo futhi angakholwa.

24. فَيُعَذِّبُهُ اللَّهُ الْعَذَابَ الْأَكْبَرَ


Ngakho-ke uMvelinqangi uyomjezisa ngesijeziso esikhulu kakhulu.

25. إِنَّ إِلَيْنَا إِيَابَهُمْ


Ngempela kukuthina ukuphindela kwabo.

26. ثُمَّ إِنَّ عَلَيْنَا حِسَابَهُمْ


Bese ngempela kuba kuthina ukubalelwa kwabo.