سورة الفجر - Sûrah 89: Al-Fajr - ukusa
21. كَلَّا إِذَا دُكَّتِ الْأَرْضُ دَكًّا دَكًّا
Lutho! Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ubuthuzeka wendlaleka ubayizicucu.
22. وَجَاءَ رَبُّكَ وَالْمَلَكُ صَفًّا صَفًّا
Futhi khumbula ngenkathi iNkosi yakho iza kanye nezingelosi zingolayini (ngezigaba zazo).
23. وَجِيءَ يَوْمَئِذٍ بِجَهَنَّمَ يَوْمَئِذٍ يَتَذَكَّرُ الْإِنْسَانُ وَأَنَّى لَهُ الذِّكْرَى
Futhi isihogo ngalolosuku siyokwenziwa ukuthi sibeseduzane, ngalolosuku umuntu uyokhumbula, futhi ukukhumbula kwakhe kuyomsiza ngani na?
24. يَقُولُ يَا لَيْتَنِي قَدَّمْتُ لِحَيَاتِي
Uyothi, “Oh ukuba nje ngangithumele ngaphambili (okuhle) kwempilo yami.
25. فَيَوْمَئِذٍ لَا يُعَذِّبُ عَذَابَهُ أَحَدٌ
Ngakho-ke ngalolosuku akekho ongajezisa ngendlela (uMvelinqangi) azojezisa ngayo.
26. وَلَا يُوثِقُ وَثَاقَهُ أَحَدٌ
Futhi akekho ongabopha ngendlela ayobopha ngayo.
27. يَا أَيَّتُهَا النَّفْسُ الْمُطْمَئِنَّةُ
Oh mphefumulo onokuthula!
28. ارْجِعِي إِلَى رَبِّكِ رَاضِيَةً مَرْضِيَّةً
Phindela eNkosini yakho uthokozile uthokozisa.
29. فَادْخُلِي فِي عِبَادِي
Ngakho-ke ngena phakathi kwezinceku zami.
30. وَادْخُلِي جَنَّتِي
Futhi ungene (esivandeni) ezulwini lami.