سورة الشرح - Sûrah 94: Ash-Sharh - ukunwebeka

1. أَلَمْ نَشْرَحْ لَكَ صَدْرَكَ


Asizange yini sikunwebele (sikuvulele) isifuba sakho na?

2. وَوَضَعْنَا عَنْكَ وِزْرَكَ


Futhi sawususa kuwena umthwalo wakho.

3. الَّذِي أَنْقَضَ ظَهْرَكَ


Lowo owehlisela phansi umhlane wakho.

4. وَرَفَعْنَا لَكَ ذِكْرَكَ


Futhi sakunyusela udumo lwakho.

5. فَإِنَّ مَعَ الْعُسْرِ يُسْرًا


Manjalo, ngempela kanye nobunzima kunobulula.

6. إِنَّ مَعَ الْعُسْرِ يُسْرًا


Futhi ngempela kanye nobunzima kunobulula.

7. فَإِذَا فَرَغْتَ فَانْصَبْ


Ngakho-ke uma usuqedile (umsebenzi wakho) sukuma (uphinde uthandaze).

8. وَإِلَى رَبِّكَ فَارْغَبْ


Futhi fisa eNkosini yakho.