سورة القدر - Sûrah 97: Al’Kadar - uBusuku obunamandla

1. إِنَّا أَنْزَلْنَاهُ فِي لَيْلَةِ الْقَدْرِ


Ngempela sayethumela phansi (iQur’an) ngobusuku obunqunyiwe.

2. وَمَا أَدْرَاكَ مَا لَيْلَةُ الْقَدْرِ


Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ubusuku obunqunyiwe?

3. لَيْلَةُ الْقَدْرِ خَيْرٌ مِنْ أَلْفِ شَهْرٍ


Ubusuku obunamandla bungcono kunezinyanga eziyinkulungwane.

4. تَنَزَّلُ الْمَلَائِكَةُ وَالرُّوحُ فِيهَا بِإِذْنِ رَبِّهِمْ مِنْ كُلِّ أَمْرٍ


Izingelosi kanye nomoya (uGabriyeli) zehlika ngabo (ubusuku obunamandla) ngemvume yeNKosi yazo nalolonke udaba.

5. سَلَامٌ هِيَ حَتَّى مَطْلَعِ الْفَجْرِ


Ukuthula yikona! Kuze kube ukuphakama kokusa.