سورة الزلزلة - Sûrah 99: Az-Zilzâl - ukunyakaza (ukuzamazama komhlaba)

1. إِذَا زُلْزِلَتِ الْأَرْضُ زِلْزَالَهَا


Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo.

2. وَأَخْرَجَتِ الْأَرْضُ أَثْقَالَهَا


Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo.

3. وَقَالَ الْإِنْسَانُ مَا لَهَا


Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo”.

4. يَوْمَئِذٍ تُحَدِّثُ أَخْبَارَهَا


Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo.

5. بِأَنَّ رَبَّكَ أَوْحَى لَهَا


Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa.

6. يَوْمَئِذٍ يَصْدُرُ النَّاسُ أَشْتَاتًا لِيُرَوْا أَعْمَالَهُمْ


Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo.

7. فَمَنْ يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ خَيْرًا يَرَهُ


Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona.

8. وَمَنْ يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ شَرًّا يَرَهُ


Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona.