Inyanga ye-Ramadan
Ukuzila ukudla nokuthandaza ngesikhathi seRamadan kuyisizathu sokuthethelelwa kwezono nokuhlawulela izenzo ezimbi: umphrofethi u Muhammad(ukuthula kube kuye)" wathi: (Imithandazo emihlanu yansuku zonke, uLwesihlanu kuya kuLwesihlanu, kanye neRamadan kuya kuRamadan, iyinhlawulo yalokho okuphakathi kwayo uma izono ezinkulu zigwenywa).