Izimiso zokuziphatha kanye nendlela yokuziphatha (4)

Omunye wemithetho emikhulu ye-Islam ukuthi iyalela konke okuhle futhi inqabela konke okubi. Lokhu kuhlanganisa isimilo kanye nokuziphatha: {Futhi makube khona phakathi kwenu isizwe esimemela ebuhleni bese siyalezele okulungileyo futhi senqabele okungalungile} [Surat Al Imran:104]