UMvelinqangi akekho umuntu amenzela izinhliziyo ezimbili ngaphakathi kuyena futhi akazange enze amakhosikazi enu lawo enenza isehlukaniso nawo ngokuthi nithi (enithi) ...
سورة الأحزاب - Sûrah 33: Al-Ahzâb - Izinhlangano
4. مَا جَعَلَ اللَّهُ لِرَجُلٍ مِنْ قَلْبَيْنِ فِي جَوْفِهِ وَمَا جَعَلَ أَزْوَاجَكُمُ اللَّائِي تُظَاهِرُونَ مِنْهُنَّ أُمَّهَاتِكُمْ وَمَا جَعَلَ أَدْعِيَاءَكُمْ أَبْنَاءَكُمْ ذَلِكُمْ قَوْلُكُمْ بِأَفْوَاهِكُمْ وَاللَّهُ يَقُولُ الْحَقَّ وَهُوَ يَهْدِي السَّبِيلَ
UMvelinqangi akekho umuntu amenzela izinhliziyo ezimbili ngaphakathi kuyena futhi akazange enze amakhosikazi enu lawo enenza isehlukaniso nawo ngokuthi nithi (enithi) imihlane yawo injengeyomama benu ukuthi angomama benu futhi akazange enze amadodana enu eniwatholile (lawo angenabo abazali) ukuthi angamadodana enu, lokho yinkulumo yenu eniyisho ngemilomo yenu futhi uMvelinqangi ukhuluma iqiniso futhi yena uholela endleleni (eqondile).