سورة يس - Sûrah 36: Yâsîn
81. أَوَلَيْسَ الَّذِي خَلَقَ السَّمَاوَاتِ وَالْأَرْضَ بِقَادِرٍ عَلَى أَنْ يَخْلُقَ مِثْلَهُمْ بَلَى وَهُوَ الْخَلَّاقُ الْعَلِيمُ
Angeke yini lowo owadala amazulu nomhlaba akwazi ukudala okufana nabo na? Yebo! Yena ungumdali owaziyo.
82. إِنَّمَا أَمْرُهُ إِذَا أَرَادَ شَيْئًا أَنْ يَقُولَ لَهُ كُنْ فَيَكُونُ
Kuphela, impoqo yakhe, uma ehlose into ethize uthi kuyona “yenzeka” bese iyenzeka.
83. فَسُبْحَانَ الَّذِي بِيَدِهِ مَلَكُوتُ كُلِّ شَيْءٍ وَإِلَيْهِ تُرْجَعُونَ
Ngakho-ke udumo malube kulowo esandleni sakhe ekunombuso wezinto zonke futhi niyophindiselwa kuyena.