سورة المعارج - Sûrah 70: Al-Ma’ârij - Izindlela ezenyukayo
41. عَلَى أَنْ نُبَدِّلَ خَيْرًا مِنْهُمْ وَمَا نَحْنُ بِمَسْبُوقِينَ
Ukuthi sibashintshe ngabangcono kunabo futhi thina asibona abokushiywa.
42. فَذَرْهُمْ يَخُوضُوا وَيَلْعَبُوا حَتَّى يُلَاقُوا يَوْمَهُمُ الَّذِي يُوعَدُونَ
Ngakho-ke bayeke bagxambuze enkulumweni eyize futhi badlale kuze kube bayahlangana ngosuku lwabo lolo abathenjiswa lona.
43. يَوْمَ يَخْرُجُونَ مِنَ الْأَجْدَاثِ سِرَاعًا كَأَنَّهُمْ إِلَى نُصُبٍ يُوفِضُونَ
Ngosuku abayophuma ngalo emathuneni ngokushesha, okusengathi bona bajahe esithixweni.
44. خَاشِعَةً أَبْصَارُهُمْ تَرْهَقُهُمْ ذِلَّةٌ ذَلِكَ الْيَوْمُ الَّذِي كَانُوا يُوعَدُونَ
Amehlo abo athotshisiwe ukudumazeka kuyobamboza, lolo wusuku ababethenjiswe lona.