سورة المرسلات - Sûrah 77: Al-Mursalât - lezo zinto ezithunyelwe ngaphambili

41. إِنَّ الْمُتَّقِينَ فِي ظِلَالٍ وَعُيُونٍ


Ngempela abesabayo (abalungileyo) basemithunzini nasemithonjeni.

42. وَفَوَاكِهَ مِمَّا يَشْتَهُونَ


Nasezithelweni kulezo abazifisayo.

43. كُلُوا وَاشْرَبُوا هَنِيئًا بِمَا كُنْتُمْ تَعْمَلُونَ


Yidlani futhi niphuze (ngokuzanelisa) nangentokozo ngenxa yalokho enanikwenza.

44. إِنَّا كَذَلِكَ نَجْزِي الْمُحْسِنِينَ


Ngempela, kanjalo sibanika umvuzo abenzi bokuhle.

45. وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِلْمُكَذِّبِينَ


Usizi ngalolosuku kwabaphikayo.

46. كُلُوا وَتَمَتَّعُوا قَلِيلًا إِنَّكُمْ مُجْرِمُونَ


Yidlani nizithokozise okwesikhashana ngempela nina niyizigebengu.

47. وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِلْمُكَذِّبِينَ


Usizi ngalolosuku kwabaphikayo.

48. وَإِذَا قِيلَ لَهُمُ ارْكَعُوا لَا يَرْكَعُونَ


Futhi uma kuthiwa kubona, “khothamani” abakhothami.

49. وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِلْمُكَذِّبِينَ


Usizi ngalolosuku kwabaphikayo.

50. فَبِأَيِّ حَدِيثٍ بَعْدَهُ يُؤْمِنُونَ


Ngakho-ke iyiphi inkulumo abayoyikholwa emva kwayo.