سورة النازعات - Sûrah 79: An-Nâzi‘ât - lokho okukhiphayo

41. فَإِنَّ الْجَنَّةَ هِيَ الْمَأْوَى


Ngakho-ke ngempela isivande sona siyindawo yokuhlala.

42. يَسْأَلُونَكَ عَنِ السَّاعَةِ أَيَّانَ مُرْسَاهَا


Bakubuza ngehora ukuthi liyofika nini.

43. فِيمَ أَنْتَ مِنْ ذِكْرَاهَا


Yini wena ongayisho ngalo na?

44. إِلَى رَبِّكَ مُنْتَهَاهَا


YiseNkosini yakho lapho liphelela khona (ulwazi lwalo) ihora.

45. إِنَّمَا أَنْتَ مُنْذِرُ مَنْ يَخْشَاهَا


Kuphela wena ungumxwayisi kulowo olesabayo.

46. كَأَنَّهُمْ يَوْمَ يَرَوْنَهَا لَمْ يَلْبَثُوا إِلَّا عَشِيَّةً أَوْ ضُحَاهَا


Ngosuku abayolibona ngalo (ihora) kuyokuba sengathi bona abazange bahlale (kulomhlaba) ngaphandle kwentambama noma ikuseni kwalo.