﴿ وَمَا كَانَ اسْتِغْفَارُ إِبْرَاهِيمَ لِأَبِيهِ إِلَّا عَنْ مَوْعِدَةٍ وَعَدَهَا إِيَّاهُ فَلَمَّا تَبَيَّنَ لَهُ أَنَّهُ عَدُوٌّ لِلَّهِ تَبَرَّأَ مِنْهُ إِنَّ إِبْرَاهِيمَ لَأَوَّاهٌ حَلِيمٌ 114 ﴾ Iisahluko التوبة
"Futhi kwakungesikhona nje ukuthi u-Abrahamu wacelela uyise intethelelo ngaphandle kokuthi kwakuyisethembiso ayemthembise sona kepha kwathi lapho sekumcacele (u-Abrahamu) ukuthi (uyise) uyisitha sikaMvelinqangi waqhelelana naye, ngempela u-Abrahamu wayeqotho ekukhonzeni uMvelinqangi ebekezela." Sûrah 9: At-Tawbah - ukuphendukela (kuMvelinqangi ngentethelelo)
Ukufundwa kwalesisahluko