سورة قاف - Sûrah 50: ‘Kâf - Qaf

41. وَاسْتَمِعْ يَوْمَ يُنَادِ الْمُنَادِ مِنْ مَكَانٍ قَرِيبٍ


Futhi lalela ngosuku lapho ummemezi ememeza endaweni eseduze.

42. يَوْمَ يَسْمَعُونَ الصَّيْحَةَ بِالْحَقِّ ذَلِكَ يَوْمُ الْخُرُوجِ


Usuku lapho beyobe bezwa umsindo (ukukhaliswa kwecilongo) kweqiniso lolo kuyoba wusuku emathuneni.

43. إِنَّا نَحْنُ نُحْيِي وَنُمِيتُ وَإِلَيْنَا الْمَصِيرُ


Ngempela thina siyaphilisa futhi siyabulala futhi kukuthina ukubuyela kokugcina.

44. يَوْمَ تَشَقَّقُ الْأَرْضُ عَنْهُمْ سِرَاعًا ذَلِكَ حَشْرٌ عَلَيْنَا يَسِيرٌ


Usuku lapho umhlaba uyodabuka usuke kubona ngokushesha lokho kuqoqa kuthina kulula.

45. نَحْنُ أَعْلَمُ بِمَا يَقُولُونَ وَمَا أَنْتَ عَلَيْهِمْ بِجَبَّارٍ فَذَكِّرْ بِالْقُرْآنِ مَنْ يَخَافُ وَعِيدِ


Thina sikwazi kangcono lokho abakushoyo futhi wena awusiyena umphoqi kubona, ngakho-ke khumbuza ngeQur’an lowo owesaba ukusonga kwami.