سورة المدثر - Sûrah 74: Al-Muddath-thir - owemboziwe

1. يَا أَيُّهَا الْمُدَّثِّرُ


Oh wena owemboziwe!

2. قُمْ فَأَنْذِرْ


Vuka uxwayise.

3. وَرَبَّكَ فَكَبِّرْ


Nenkosi yakho uyidumise.

4. وَثِيَابَكَ فَطَهِّرْ


Nezingubo zakho uzihlanze.

5. وَالرُّجْزَ فَاهْجُرْ


Futhi uqhelelane nesinengiso.

6. وَلَا تَمْنُنْ تَسْتَكْثِرُ


Futhi ungenzi umusa ukuze uzuze okuningi.

7. وَلِرَبِّكَ فَاصْبِرْ


NgeNkosi yakho bekezela.

8. فَإِذَا نُقِرَ فِي النَّاقُورِ


Manjalo uma sekushawa icilongo.

9. فَذَلِكَ يَوْمَئِذٍ يَوْمٌ عَسِيرٌ


Ngakho-ke lolo wusuku kuyoba wusuku olunzima.

10. عَلَى الْكَافِرِينَ غَيْرُ يَسِيرٍ


Kwabangakholwa alulula.

11. ذَرْنِي وَمَنْ خَلَقْتُ وَحِيدًا


Ngiyeke kanye nalowo engamdala ngedwa.

12. وَجَعَلْتُ لَهُ مَالًا مَمْدُودًا


Futhi ngambekela ingcebo enkulu.

13. وَبَنِينَ شُهُودًا


Kanye namadodana (izingane).

14. وَمَهَّدْتُ لَهُ تَمْهِيدًا


Futhi ngamenzela (izinto) zabalula.

15. ثُمَّ يَطْمَعُ أَنْ أَزِيدَ


Bese efisa ukuthi nginezelele.

16. كَلَّا إِنَّهُ كَانَ لِآيَاتِنَا عَنِيدًا


Lutho! Ngempela yena uyisitha sezimpawu zethu.

17. سَأُرْهِقُهُ صَعُودًا


Ngiyomphoqa ukuba enyuke.

18. إِنَّهُ فَكَّرَ وَقَدَّرَ


Ngempela yena wacabanga futhi wenza ngenhloso.

19. فَقُتِلَ كَيْفَ قَدَّرَ


Ngakho-ke akaqalekiswe (akabhujiswe) wenza kanjani ngenhloso?

20. ثُمَّ قُتِلَ كَيْفَ قَدَّرَ


Bese eqalekiswa (ebhujiswa) wenza kanjani ngenhloso?