سورة ص - Sûrah 38: Sâd - Uhlamvu lwemfihlakalo

81. إِلَى يَوْمِ الْوَقْتِ الْمَعْلُومِ


Kuze kube wusuku lwesikhathi esaziwayo.

82. قَالَ فَبِعِزَّتِكَ لَأُغْوِيَنَّهُمْ أَجْمَعِينَ


Wathi, “ngakho-ke ngokuhlonipheka kwakho ngempela ngizobadukisa bonke”.

83. إِلَّا عِبَادَكَ مِنْهُمُ الْمُخْلَصِينَ


Ngaphandle kwezinceku zakho ezikhethiwe phakathi kwabo.

84. قَالَ فَالْحَقُّ وَالْحَقَّ أَقُولُ


Wathi, “yiqiniso futhi yiqiniso engilishoyo”.

85. لَأَمْلَأَنَّ جَهَنَّمَ مِنْكَ وَمِمَّنْ تَبِعَكَ مِنْهُمْ أَجْمَعِينَ


Ngempela ngizogcwalisa isihogo ngawe kanye nangabobonke abakulandelayo phakathi kwabo.

86. قُلْ مَا أَسْأَلُكُمْ عَلَيْهِ مِنْ أَجْرٍ وَمَا أَنَا مِنَ الْمُتَكَلِّفِينَ


Ithi anginiceli umvuzo ngako futhi mina angiyena omunye wabakhohlisi.

87. إِنْ هُوَ إِلَّا ذِكْرٌ لِلْعَالَمِينَ


Akuyilutho ngaphandle kwesikhumbuzo emihlabeni.

88. وَلَتَعْلَمُنَّ نَبَأَهُ بَعْدَ حِينٍ


Futhi ngempela nizozazi izindaba zaso emva kwesikhashana.