سورة هود - Sûrah 11: Hûd - uHud
121. وَقُلْ لِلَّذِينَ لَا يُؤْمِنُونَ اعْمَلُوا عَلَى مَكَانَتِكُمْ إِنَّا عَامِلُونَ
Futhi ithi kulabo abangakholwa “yenzani okusemandleni enu ngempela nathi senza (okusemandleni ethu)”.
122. وَانْتَظِرُوا إِنَّا مُنْتَظِرُونَ
Futhi lindani ngempela nathi singabalindileyo.
123. وَلِلَّهِ غَيْبُ السَّمَاوَاتِ وَالْأَرْضِ وَإِلَيْهِ يُرْجَعُ الْأَمْرُ كُلُّهُ فَاعْبُدْهُ وَتَوَكَّلْ عَلَيْهِ وَمَا رَبُّكَ بِغَافِلٍ عَمَّا تَعْمَلُونَ
Futhi kungokukaMvelinqangi okungabonwayo kwamazulu nomhlaba futhi ikuyena lapho kubuyiselwa khona zonke izindaba ngakho-ke mkhonzeni futhi ubeke ithemba kuyena futhi akusikhona ukuthi iNkosi yakho ayikunakile lokho enikwenzayo.